Uyigubha kanjani iFreedom Day ulambile esiswini?

2016-04-27 09:02

Durban – Iqembu lezepolitiki i-Inkatha Freedom Party (IFP) ngoLwesibili izamazamise iqembu elibusayo kuleli i-African National Congress (ANC) ukuba inike iNingizimu Afrika isizathu sokugubha usuku lwenkululeko (Freedom Day).

UBlessed Gwala ongumholi we-IFP KwaZulu-Natal esitatimendeni esikhishwe ngoLwesibili uthe: "Angiboni ukuthi kungenzeka ukuba kugujwe uSuku lweNkululelko ngokweqiniso njengoba inkohlakalo isezingeni eliphezulu futhi iningi labantu lilala lingadlile.

OLUNYE UDABA: IZITHOMBE:USuku lweNkululeko

UGwala uthe inkululeko yokuphuma kubandlululo kwakufanele kugujwe kodwa abantu abasakwazi ukulugubha lolu suku njengoba belambile.

"Ungalugubha kanjani lolu suku ulambile futhi ungenawo nomuzi osesimeni esikahle? Ungalugubha kanjani lolu suku uma iziphathimandla zeba imali zomphakathi nobugebengu budlangile ezweni?

UGwala uthe imbhikisho yezidingo zomphakathi esiyibona mihla namalanga ezweni iveza khona ukuthi uhulumeno uhlulekile ukwenza umsebenzi wakhe emphakathini yonke.

"Iminyaka engu-22 uhlala emjondolo ungenazo izinsiza akusiso isizathu sokuluguba usuku. Ukungabibikho kwemisebenzi akusiso isizathu sokulugubha.

"Lo hulumeni kufanele avule amathuba emsebenzi akhiphe nemizi esezingeni," usho njalo.

 - ANA

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.