Uyohlolwa isimo sengqondo futhi osolwa ngokubulala unina

2017-06-15 14:02

Johannesburg - Osolwa ngecala lokubulala unina, uMark Warona Zinde, uphindiselwe esibhedlela iWeskoppies Psychiatric ePitoli, eyohlolwa.

UZinde ubhekene necala lokubulala umama wakhe, owayeyilungu lebhodi lakwa-SABC, uHope Zinde, ngoJuni wangonyaka ophelile.

Uphinde abhekane necala lokuhlasela ubaba wakhe kanye nomama wakhe ongamzali ngesikhathi engaphandle ngebheyili.

OLUNYE UDABA:Ibuyela enkantolo indodana esolwa ngokubulala unina

NgoLwesine, u-anti wakhe, uFikile, wethule ubufakazi obuthi uZinde unodlame futhi unolaka nokuthi isimo sakhe sesivele sasibi kakhulu njengoba ebegcinwe esitokisini.

Ucele ukuba aphinde angeniswe esibhedlela iWeskoppies Psychiatric ayohlolwa isimo sengqondo.

Imiphumela yokuhlolwa kukaZinde kuso lesi sibhedlela ngaphambilini yaveza ukuthi ukulungele ukuba kuqulwe icala lakhe kodwa ummeli wakhe walwa wathi omunye udokotela ozimele uthole ukuthi uZinde unesifo i-schizophrenia.

 - SABC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.