UZahara ubhodla umlilo ngokubhalwe yiTrue Love

2016-12-20 12:31

Johannesburg - Udinwe uyafa uZahara ngalokhu okubhalwe kwikhava yebhuku iTrue Love njengoba inodaba olumayelana naye lo mculi, kubika iTimeslive.

UZahara uthi usecikekile amaphephabhuku azama ukuthengisa kakhulu ngokudicilela phansi igama.

Le ntokazi ebidinwe igane unwabu ithathele ezinkundleni zokuxhumana ikhala ngokuthi kungani leli bhuku liveze ukuthi ubenenkinga yezidakamizwa kodwa engazange akhulume nabo ngodaba lwezidakamizwa.

OLUNYE UDABA:VIDEO: UBoity uxoxa ngokwehlukana kwakhe nesithandwa sakhe

“Ngaphambi kwengxoxo esibe nayo nabe-True Love savumelana ngezinto esizokhuluma ngazo. Sesixoxa, sakhuluma ngezinwele zami, umzimba kanye nomshado engiwuhlelelayo.

"Bengijabulile ngoba bekungokokuqala ngikhuluma ngalezi zinto eziphathelene nezothando. Angikaze ngiyiphathe indaba yezidamizwa kanye notshwala,” kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.