UZakes Bantwini usewuqalile umsebenzi wokwakha isibhedlela somdlavuza

2018-03-14 11:00

eThekwini - UZakes Bantwini uthi usekhathele wukubona usizi lwabantu bejikiswa ezibhedlela betshelwa ukuthi beyofela emakhaya ngoba bengenawo amandla okukhokhela ukulashelwa isifo somdlavuza.

Uthi yingakho enqume ukwakhe isibhedlela esizobuyisa ithemba ebantwini futhi sibanikeze amandla okulwela ukuphila.

Lo mculi utshele abeTshisaLIVE ukuthi uzohlanganisa imali ukuze kwakhiwe lesi sibhedlela kanti okwamanje usezingxoxweni nabaholi bendabuko KwaZulu-Natal ukuba banikele ngomhlaba wokwakhiwa kwalesi sibhedlela.

“Sengineminyaka ngilangazelela ukukwenza lokhu, kanti manje usuyaqala umsebenzi. Ngizobhalisa inhlangano yami kungekudala ngethemba lokuthi sizowuqala umsebenzi wokwakha ngemuva kwalokho.”

OLUNYE UDABA: Usaziwayo uthi kunzima ukujola nokuthemba amadoda akuleli

UZakes uthi ubuhlungu abuzwa ebona umama wakhe ehlupheka esibhedlela kumenze waba nomdlandla wokungavumeli abantu bafe ngoba izibhedlela zinqaba ukubasiza.

“Kuyabiza ukulashelwa umdlavuza. Ngikhumbula odokotela betshela abe-medical aid kamama ukuthi uzohlala esibhedlela yize imali ingasekho. Kwakubuhlungu.

“Izibhedlela zibajikisa kanjani abantu ngenxa yemali. Uma usuka endaweni yasemakhaya ungenayo imali, ufike laphaya utshelwe ukuthi kumele ukhokhe izimali ezishisiwe ngaphambi kokuthola ukwelashwa,” esho.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.