UZalo lusaqhubeka nokuziqwaqwada emakhanda ezinye izinhlelo

2016-07-07 14:32

Cape Town – Umdlalo ongaconsi phansi kwabaningi, uZalo, otshengiswa kuSABC1 – usaqhubeka nokuhamba phambili ngezibalo eNingizimu Afrika.

Lo mdlalo ubukwa ukudlula iGenerations: The Legacy.

Imidlalo ebukwa kwakhulu ku-DSTV kubalwa iGazi ne-Our Perfect Wedding okudlala kuMzansi Magic, kuhlula iSidingo esikhonjiswa kuSABC3.

UZalo lubukwe ukuzedlula zonke ezinye izinhlelo kumabonakude ngoJuni njengoba izibalo zimi ku-8.27 million, ihlula iGenerations emi ku-8.01 million.

OLUNYE UDABA: Kubikwa ukuthi oshiye uZalo usephelelwe 'wushatini'

Okumangazile ngohlelo olubukwe kunazo zonke ku-etv ukuthi kube nguSarafina – yize watshengiswa usuku olulodwa ngomhlaka-16 Juni.
Ngemuva kukaSarafina!, kulandela iRhythm City ne-Ashes to Ashes.

Ku-SABC2 iMuvhango isahlezi esicongweni.

Thola ukuthi ezinye iziteshi zenze kanjani lapha.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.