Uzame ukubaleka umshayeli wemoto edale ingozi ebulale ingane

2017-01-30 14:31

Johannesburg - Intombazane eneminyaka emihlanu ishonile ngemuva kokushayiswa imoto elokishini lasePimville eSoweto.

Lengozi yenzeke ngeSonto emini kuMthunduluka Road.

Ngokombiko wamaphoyisa, umshayeli wemoto eshayise ingane wabe esezama ukubaleka ngemuva kwalesi sigameko.

“Umsolwa ubanjwe ngamalungu omphakathi nokuyiwona amuhambise esiteshini samaphoyisa.

“Le ngane iphuthunyiswe esibhedlela iBaragwanath, kepha ngeshwa yashonela khona,” kusho amaphoyisa.

OLUNYE UDABA:Ingane ishayiswe yimoto yashone iya esikoleni

Amaphoyisa adlulise amazwi enduduzo emndenini wale ntombazane aphinde ancoma umphakathi ngesenzo sawo sokubamba umsolwa.

Lo wesilisa uzovela enkantolo kungekudala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.