Uzame ukulandela umyeni obengenayo eyokumfihla

2016-08-11 16:02

Durban -  Owesifazane waKwaZulu-Natal obedinwe egane unwabungokubulawa komyeni wakhe nezindleko zokumfihla uzame ukuzibulala.

Omakhelwane bakhe eBuffelsdraai eduzane nase-Oakford eVerulam yibo abaphuthumile bayosiza bamnqanda ukuba angazibulali.

Izakhamizi zasemjondolo zishayele amaphoyisa ucingo zifuna usizo ngemuva kokuba omakhelwane begijime bayongena ezimobeni bethi lo wesifazane uyozibulalela khona ngezithuba zabo-16:45 ngoLwesithathu.

OLUNYE UDABA: 

Lo wesofazane ebebuhlungu ephethe intambo. Ngemuva kokumbheka ezimobeni, bamthole esihlahleni.

"Ubegibele esihlahleni esebopha intambo ngesikhathi umphakathi umfica wamncenga ukuba ehle," kusho amaphoyisa.

Lo wesifazabne uchaze wathi umyeni wakhe ubulawe eNewcastle ngesonto eledlule. Bekulindeleke ukuba afihlwe eMozambique kodwa ubengenayo imali yokuthumela isidumbu somyeni wakhe kubo.

Ngenxa yesimo abekuso wakhetha ukuthi azibulale.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                




NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.