Uzame ukuzibulala ona-14 kuthiwa akahlukane nesoka elino-34

2016-07-19 14:33

Accra - Iphuthunyiswe esibhedlela intombazane eneminyaka engu-14 ubudala ngemuva kokudla ushevu ngoba idinelwe umama wayo, kusho amaphoyisa aseGhana.

Amaphoyisa ase-Ashanti athe umama wale ntombazane uyithole iqulekile embhedeni wayo ngemubva kokuzama ukuzibulala ngoba itshelwe ukuba ihlukane nesoka layo elineminyaka engu-34 ubudala.

OLUNYE UDABA: Owadlisa ushevu ingane, 3, kadadewabo ugwetshwe engu-10

U-Adjoa Ampomaa ulashwa esibhedlela iNweneso Number One la okubikwa khona ukuthi usesimeni esibucayi.

Umama wale ngane utshele abaseshi ukuthi esentoweni eleldule wabona ukuthi indodakazi yakhe ichitha isikhathi esiningi nesoka layo.

Ngesikhathi lo mama ethola ukuthi yindoda endala eneminyaka engu-34 ubudala, wanqabela indodakazi yakhe ukuba ingaphinde ilibone isoka esaba ukuthi ingase ikhulelwe ingane yale ndoda endala.

NgoMsombuluko ekuseni lo mama waya ekamelweni lendodakazi yakhe eyoyivusa kodwa wayifica iqulekile embhedeni kuhlezi ibhodlela likashevu eduzane nayo, kubika iwwww.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.