Uzibulele obone umqhafazo wothando kumakhalekhukhwini wenkosikazi

2018-04-12 18:02

Guruve - Izibulele indoda eneminyaka engu-30 yaseGuruve ngemuva kokubona umqhafazo wothando efoneni yenkosikazi yayo, lokhu kuhogelwe yiphephandaba iBulawayo24.

UTiyas Mubairatsunga, 30, uzibulale ngokuzilengisa esihlahleni izolo (ngoLwesithathu) epulazini iMaidavale eGuruve.

OLUNYE UDABA:Zimkhalele oklabhe umyeni wakhe ngocelemba kuxatshanwa

Kubikwa ukuthi uMubairatsunga wabona umqhafazo wothando ofoneni yenkosikazi yakhe owawuvela esokeni wabe esenquma ukuzibulala.

"Umufi wathola umqhafazo wothando efonini yenkosikazi wakhe wabe esekhetha ukuzibulala," lokhu kuqinisekiswe yisihlobo somufi.

Kuzwakale ukuthi uMubairatsunga ubewumuntu ohlala ahlale acabange ngokuzibulala kanti useke wazama ukuzibulala izikhawu ezimbili kodwa esinda.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.