Uzidubule ebisweni "umrepha" ofuna udumo

2016-07-27 13:31

Indianapolis - Umrepha othembisayo wase-Indianapolis, e-Indiana usabalalise ivideo enkundleni yezokuxhumana  iFacebook eveza ezidubula ebusweni ngethemba lokuthi izosabalala.

Lo mrepha uphinde wafaka enye ivideo eveza amanxeba.

OLUNYE UDABA:  Ubeyisiguli odubule udokotela wase eyazibulala

UKasper Knight uzidubule ebisweni ezama ukwethula umculo wakhe.

Kule video uKasper ubonakala ezikhombe ngesibhamu esihlathini wase esezidubula ngaphandle kokunanaza wasala nembhobo esihlathini.

UKnight ucindezele isihlathi ngesandla ngesikhathiigazi logobhoza emlomeni.

UKnight ube esebhala kuFacebook ukuthi ubefuna ukuzidubula ebusweni kwivideo yomculo kodwa ubengamtholi umthwebuli ozomqopha wase ezenzela yena, kubika iwwww.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter



NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.