Uzidubule esandleni umfana, 5, owadutshulwa ebusweni ngonyaka odlule

2017-12-22 09:29

Chicago - Umfana oneminyaka emihlanu ubudala wadutshulwa ebusweni ngonyaka odlule yinhlamvu ephaphalaze ngesikhathi kungqubuzana izigilamkhuba, kubika i-AP.

Kuthiwa lo mfana owadubuleka ebusweni, uzithole esedubuleka okwesibili kuleli sonto ngesikhathi ethola isibhamu sikayise phezukombhede.

Lo mfana ogama lakhe ngu-Kavan Collins uthole isibhamu sikayise wazidubula umunwe ngoLwesibili ebusuku, kusho amaphoyisa.

Kuboshwe ubaba wakhe ebusuku ngoLwesithathu ngamacala okuphula umthetho wokuphatha isibhamu kanye nawayisithupha wokubeka impilo yengane engcupheni.

Lo baba oneminyaka engu-25 utholakale nesibhamu esisuswe izinombolo nokuyinto ejwayelekile kwabaphatha izibhamu ezingekho emthethweni.

OLUNYE UDABA: Umnikazi wesitolo udubule izigebengu enxanxatheleni yezitolo ePitoli

Le ngane phuthunyiswe esibhedlela sezingane eComer nokuyisona sibhedlela angeniswa kuso ngo-2016 ngesikhathi edutshulwa ebusweni.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/Africa
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.