Uzifake enkingeni obezama ukumangalela iphoyisa

2016-07-01 11:31

Clinton – Amaphoyisa abebukela i-video yomlisa othi waqopha iphoyisa limshaya athi kule-video abone yena lo mlisa eshaya iphoyisa.

Kuphinde kwatholakala ama-video kanye nezithombe zocansi lwezingane kwiselula yakhe.

I-WFSB-TV ibike ukuthi amaphoyisa aseClinton ngoLwesine athweswe umlisa oneminyaka engu-19 ubudala, u-Austin Haughwout, icala lokushaya nelokuthwebula izingane zenza ucansi.

Funda nalolu daba: Ubulale amadodakazi efuna ukuzwisa umyeni ubuhlungu

Amaphoyisa athi uHaughwout ubesola iphoyisa ngokumshaya ngesikhathi limbopha ngoJulayi.

UHaughwout waqopha isehlakalo ngenye iselula yakhe.

Kodwa kuthe uma amaphoyisa asebuka e-video  athola ukuthi uHaughwout uyena owashaya iphoyisa. Aphinde athola nezithombe zocansi lwezingane, nezinye izingxoxo zocansi ayenazo nezingane.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.