Uzifake obishini waboshwa uTrouble

2018-03-01 19:31

Lincoln - Kungenzeka ukuthi umama wendoda eboshelwe amacala amabili wayengazi ukuthi indodana yakhe izokhula kanjani ngesikhathi izalwa ngesikhathi eyetha igama elithi Trouble njengoba manje isililandela.

Ngokusho kwamaphoyisa aseLincoln, kuboshwe uRodney Trouble Phillips, 33, ngecala lokubamba inkunzi ngoLwesibili.

Amaphoyisa athi indoda, 56, yamisa i-ambulensi yabikela abosizo lokuqala ukuthi ibanjwe inkunzi nguPhillips owayiphuca ubucwebe bayo ngesikhathi isamile nabanye abantu abathathu.

OLUNYE UDABA:Ubudedengu bomuntu obhemayo yibo imbangela yokusha kwesitolo

Isisulu sathola amangqimungqimu ngemuva kokuba siphucwe indandatho nomgexo waso nguPhillips.

Ngemuva kwesikhashana, kwabikelwa amaphoyisa ngendoda eyayilunguza emawindini ezimoto zabantu khona endaweni.

Amaphoyisa aqala ukuthungatha lowo msolwa, abe esebopha uPhillips ngokuhamba kwesikhathi.

Abakwasidlodlo bathi uPhillips ubevele efunelwa ukubandakanyeka esigamekweni sokubamba inkunzi.

UPhillip zibe seziyamkhalela, wabe esebekwa amacala ngezinsolo zokugqekeza nokubamba inkunzi.


 - wwwn

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.