Uzigwaze isisu owesimame okhulelwe eMnambithi

2016-07-08 16:03

eMnambithi - Uyalulama owesimame okusolakala ukuthi ubezama ukuzibulala uzigwaze isisu ngoLwesihlanu ekuseni kumgwaqo uMurchison eMnambithi.

Lo wesimame okuthiwa useminyakeni yo-20 ubehamba nesoka lakhe ngesikhathi ezigwaza. Akukaziwa okwamanje ukuthi yini emenze wazigwaza.

Kusize amalunga omphakathi afunela abosizo lokuqala ngesikhathi bebona kugxaza igazi. Ngenhlanhla abosizo lokuqala basheshile ukufika bamthuthumisa esibhedlela.

Umthombo we-Ladysmith Gazette esibhedlela uthi lo wesimame kanye nengane basindiele kulesi sehlakalo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.