Uzilolonga neChiefs uMoon - Umbiko

2016-07-09 11:03

Johannesburg - Umgadli weMaritzburg United, uRyan Moon, uzilolonga neqembu leKaizer Chiefs, ngokombiko weSoccerLaduma.

Phambilini kubikwe ukuthi uMoon, ongumfowabo omncane kaByrce Moon ungomunye wabadlali abafunwa yiChiefs, njengoba uSteve Komphela efuna ukuqinisa isikwati sakhe.

Funda nalolu daba: IChiefs inezinhlelo ngoKatsande

Imithombo yeSoccerLaduma ithi lo mdlali oneminyaka engu-19 ubudala uzilolonga neChiefs kodwa asikho isivumelwano obesekufinyelelwe kusona.

Kuzekube manje iChiefs isisayinise abadlali abangu-8 abasha, uSibusiso Khumalo, Enocent Mkhabela, Edmore Chirambadare, Michelle Katsvairo, Lewis Macha, Ramahlwe Mphahlele noKeagan Buchanan.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.