Uzilolonga nelaseThekwini umdlali weDowns

2016-08-04 10:00

Johannesburg - UClinton Larsen unethemba lokuthi abaphathi bakhe kwiLamontville Golden Arrows bazomsayinisa uKudakwashe Mahachi ngokushesha.

Lomdlali weMamelodi Sundowns uqale ukuzilolonga naleli qembu ngoMsombuluko kanti uLarsen uthi usezinhlelweni zakhe ngale sizini ezoqala. 

“UMahachi ukubeke kwacaca ukuthi ufuna ukujoyina iGolden Arrows. Ucele iqembu lakhe ukuba limvumele azilolonge nathi njengoba lisamatasa nemidlalo yeCaf Champions League,” kusho Larsen.

Funda nalolu daba: 'Uzilolonga nePolokwane City uSemenya'

“Ngifisa ukuthi  kufinyelelwe esivumelwaneni ngokushesha ngoba ngiyamdinga.”

“Ngasebenzisana naye ngesizini edlule futhi kwasebenzeka kahle,” kuqhuba lo mqeqeshi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.