'Uzilolonga nePolokwane City uSemenya'

2016-08-03 11:02

Polokwane - IPolokwane City kulindeleke isayinise obengumdlali wasemuva wePlatinum Stars, uThabiso Semenya.

USemenya alikho iqembu anenkontileka nalo ngemuva kokudedelwa yiDikwena ekupheleni kwesizini edlule.

Ngokwemithombo esondelene noSemenya, iFree State Stars nayo ikhombisa ukuzimisela ngalo mdlali oneminyaka engu-32 ubudala.

Funda nalolu daba: Iqembu elisha kuPSL lithi ngeke lisamthatha owePirates

"UThabiso njengamanje uzilolonga nePolokwane City," kusho umthombo, kubika iKickOff.com.

"IFree State Stars nayo iyamfuna kodwa yena ufuna ukuhlala kwiPolokwane ngoba iseduze nomndeni wakhe.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.