UZimkhalele umnikazi wethaveni ozame ukufumbisa iphoyisa

2016-07-16 10:00

Cape Town - Uvelile umnikazi wethaveni eNkantolo yeMantshi yaseSomerset West ngoLwesihlanu ngokuzama ukufumbathisa iphoyisa.

Okhulumela amaphoyisa uConstable Noloyiso Rwexana uqinisekise ukuboshwa kwendoda eneminyaka engu-46 ubudala eMacassar.

OLUNYE UDABA: Udedelwe ngebheyili owazama ukufumbathisa iphoyisa

Lo mnikazi wethaveni kutholwe ukuthi usebenzisa izincwadi zokudayisa utshwala ezikokoteliwe kanti kusolwa ukuthi wakhokhela iphoyisa imali engu-R5 000 ukuthola izincwadi.

"Lo mnikazi wethaveni wathembisa ukukhokha imali engu-R30 000 uma esezithola izincwadi. Le ndoda iphinde yakhipha imali engu-R15 000 wezincwadi yabe isiboshelwa ukufumbisa iphoyisa," usho njalo.

"Uyancomeka umsebenzi wamaphoyisa kanti lokhu kuveza khona ukuthi amaphoyisa ayayilandela imithetho yomsebenzi futhi awahambisani nenkohlakalo.

"Lokhu kuphinde kube yisixwayiso kubanikazi namathaveni ukuthi kufanele basebenzisane nomthetho."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.