Uzinikele emaphoyiseni owe-ANC obonakale ekhahlela owesifazane

2018-02-06 11:00

eGoli - Indoda ebonakala kwi-video ikhahlela kabi owesifazane ngesikhathi kusuka isiphithiphihi ngaphandle kweLuthuli House eGoli, izinikele emaphoyiseni.

UThabiso Setona ungomunye wabantu abebegqoke izikibha ze-ANC ngesikhathi abe-Black First Land First abebemashela eLuthuli House bengqubuzana nalabo abavikela inhlangano kaKhongolose.

OLUNYE UDABA:BUKA: Amalungu e-ANC eshaya kabuhlungu owesifazane ngaphandle kwaseLuthuli House

USetona namanye amadoda bathe bebevikela ikomkhulu le-ANC kumalungu e-BLF abehlele imashi ebheke kuleli bhilidi ngomkhankaso abawuqhuba ngaphansi kwesiqubulo esithi:”Hands off Zuma”.

Le ndoda imisiwe enhlanganweni kaKhongolose kulandela lesi sehlakalo, kanti ibisivele ifunwa ngamaphoyisa ngaso lesi senzo sayo.

I-video etshengisa lesi sihluku icasule abaningi njengoba isazungeza ezinkundleni zokuxhumana, kubika i-Eyethu KZN.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.