Uzinikele emaphoyiseni umka Mengameli osolwa ngokushaya

2017-08-15 12:49

Johannesburg – UNgqongqoshe wamaPhoyisa uFikile Mbalula usekuqinisekisile ukuthi umka Mengameli waseZimbabwe, uGrace Mugabe, uzinikele emaphoyiseni.

Kulindeleke ukuba avele enkantolo ngoLwesibili ntambama.

Owesifazane osemncane uthi ushaywe nguGrace Mugabe wabe esemvulela icala.

Icala ulivule esiteshini samaphoyisa eMorningside.

Kusolwa ukuthi uMugabe uhlasele owesifazane ngentambo kagesi.

OLUNYE UDABA: UMugabe uthi bazoma noZuma noma ngabe abantu bathini

Kuthiwa lona wesifazane ushaywe ngemuva kokuba uGarce Mugabe emfice egunjini lehhotela okuhlala kulona amadodana akhe amabili, eSandton.

Isisulu silimale ekhanda nasemzimbeni ngemuva kokushaywa.

Iqembu elibusayo eZimbabwe, iZanu-PF, likuqinisekisile ukuthi kubenengxabano phakathi kowesifazane nomka Mengameli.

Kodwa leli qembu lithi unkosikazi kaMugabe uyena ohlaseliwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.