Uziphonse emgodini wethoyilethe obesolwa ngokweba

2017-02-24 16:00

Durban - Owesilisa uziphose emgodini wendlu yangasese ebigcwele indle, ebalekela iqulu labantu ebelimsola ngokweba.

Lona wesilisa ubebhecwa ngobubende inyama engayidlanga.

ULindokuhle Saku, 24, waseBhambayi eNanda, enyakatho yeTheku uyelulama kulandela ukulimala akuthole eshaywa yizakhamizi ngecala angalenzanga.

Ngenhlanhla, amaphoyisa afike ngesikhathi ukusindisa impilo yakhe.

Uthi ubezihambela emgwaqeni ngesikhathi abesilisa abane ebebedinwe begane unwabu bephethe ocelemba bemsola ngokweba umakhalekhukhwini.

Bathe bambona ngejakhethi abeyigqokile.

ULindokuhle uthe: “Ngesikhathi ngibatshela ukuthi angiyebanga iselula, bavele bangishaya.

OLUNYE UDABA: UZuma uthi akungagxekwa bonke abokufika ngobugebengu

“Ngibalekele ekhaya, ngagxumela emgodini wendlu yangasese, esegcekeni. Ibigcwele indle, kodwa akukho ebengingakwenza ngoba bengifuna ukusindisa impilo yami.”

Uthi uhlale amahora amane emgodini, nokuthe uma ephuma besekukhona nezakhamuzi, bemlinde ngaphandle. Yilapho ethole khona isibhaxu.

“Ngibonga umakhelwane bami ngokubiza amaphoyisa, ngabe ngifile.”

Umakhelwane uthe ubize amaphoyisa. ULindokuhle ubesasendlini ngesikhathi kwebiwa iselula.

ULindokuhle uphuthunyiswe emthokampilo, nokuyilapho ethole khona ukwelashwa ngaphambi kokuba adedelwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.