Uziphuthumise esibhedlela olunwe yilulwane emqaleni

2016-07-12 11:32

Crete - Owesifazane utshelwe ukuthi aziphuthumise esibhedlela ngemuva kokulunwa yilulwane ngesikhathi eklina i-swimming pool, kusho amaphoyisa ase-Illinois.

Iziphathimandla zaseCounty Helath zithi lesi isigameko sesithathu somuntu ohlaselwe yilulwane kule sizini.

OLUNYE UDABA:Kubulawe ibhubesi elibulale isisebenzi saseZoo

Esigamekweni sakamuva owesifazane waseCrete naye walunwa yilulwane, wathola amanxeba amabili okulunwa ngesikhathi elunwa yilulwane eklina i-swimming pool eCrete.

Ilulwane lamuluma emqaleni nasesandleni. Ngesikhathi lo wesifazane ezama ukuzivikela walishaya ilulwane lalimala lawa phansi.

Lo wesifazane watshelwa ngabe-Will County Animal Control ukuthi akaye esibhedlela eyolashwa ngemuva kokubabizela kwakhe bezolanda ilulwane, kubika iWWWW.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.