Uzobolela ejele olahlwe wuhide lwamacala okudlwengula

2018-03-24 11:12

Durban - ULonwabo Solontsi, 29, ugixabezwe ngesigwebo sokubolela ejele yiNkantolo eNkulu yase-Eastern Cape, eseGrahamstown, ngoLwesihlanu.

USolontsi, obesolwa ngamacala angu-39 okudlwengula namanye okugqekeza ngenhloso yokudlwengula, uchazwe "njengomdlwenguli ongakaze wabonakala" eNingizimu Afrika, kusho okhulumela amaphoyisa uCaptain Mali Govender.

Lesi sigilamkhuba sawavuma amacala okudlwengula abantu besifazane namantombazane abaphakathi kuka-11 no-46 ubudala.

OLUNYE UDABA: Ugwetshwe kanzima ubedlwengula abafana abancane

"Ekuqaleni ijaji belifuna ukumgweba odilikajele abangu-12, obekuzoba yiminyaka engu-706 isihlanganisiwe ebhadla ejele, kepha ngenxa yokuthi uyisigebengu esiyingozi ijaji libe seliguqula umqondo lanquma ukuthi kumele abolele ejele," kusho uGovender.

Okhulumela iNational Prosecuting Authority uTsepo Ndwalaza uthe ukulahlwa ngamacala okudlwengula ngaphambilini kukaSolontsi kube nomthelela ekwehlisweni kwalesi sigwebo.

USolontsi uyoze avele enkantolo ngemuva kweminyaka engu-25 kuzobuyekezwa isigwebo sakhe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.