Uzobonakala elingisa kuZalo uNgqongqoshe

2016-07-25 12:31

Johannesburg - Usihlalo we-ANC esifundazweni saKwaZulu-Natal, ophinde abenguNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMnotho, ezokuVakasha nezeMvelo kulesi sifundazwe, uSihle Zikalala, uzobonakala emdlalweni wakuSABC1, umbiko.

Lo mholi we-ANC uzobonakala emdlalweni uZalo, okungeminye yemidlalo ehamba phambili ngababukeli kuleli, kubika iphephandaba iSOLEZWE.

Kuthiwa uZikalala uzobonakala engena endaweni yokucwala izinwele ka-GC.

Funda nalolu daba: Ufuna ukuzenzela igama kwezomculo unkosikazi kaNgizwe 

Kuthiwa phakathi kwezinto ezizokwenziwa uZikalala kulo mdlalo ukuxwayisa osomabhizinisi ngokuthi uma bethola amathenda akumele bamoshe izimali zabo ngokuthenga izimoto ezinkulu baphuze notshwala, kodwa kumele bathuthukise amabhizinisi.

Inhloso yokuvela kwakhe kulo mdlalo ukudlulisa umyalezo wokubaluleka kwamabhizinisi amancane ekufukuleni umnotho nasekudaleni amathuba emisebenzi, umbiko.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.