Uzobusiswa ngengane ongowokuqala ukufakelwa induku kuleli

2016-07-02 09:16

Stellenbosch - Lowo owaba ngowokuqala ngqa ukufakelwa "induku" kuleli kubikwa ukuthi usezoba ngubaba njengoba intombi yakhe izithwele nje.

Lokhu kumenyezelwe nguSolwazi waseStellenbosch University u-Andre van der Merwe ngoLwesine.

Lo wesilisa, 21, owafakelwa isitho sangasese kuthiwa usanda kutshela inhloko yomnyango weze-Urology kule nyuvesi ukuthi intombi yakhe ikhulelwe.

OLUNYE UDABA: Usemithisile owafakelwa 'induku' eKapa

UVan der Merwe utshele iNews24, ukuthi lokhu kufakazela ukuthi "induku isebenza ngendlela efanele".

Lo wesilisa walahlekelwa yinduku yakhe ngemuva kokungahambi kahle kwezinto eyosoka.

Wafakelwa lesi sitho sangasese ngoDisemba ka-2014, kanti odokotela bayamhlola njalo ngokuhamba kwesikhathi ukuqinisekisa ukuthi konke kusahamba kahle nokuthola amaphutha abangase bawalungise.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.