Uzobusiswa ngengane yentombazane ongudokotela kuMuvhango

2016-07-01 16:02

Johannesburg - Umlingisi uMona Monyane odlala indawo yokuba ngudokotela kuMuvhango nesinqanda mathe sakhe uKhulu Skenjana ulindele ukuthola ingane yabo yokuqala kanti babukeka bejabulile.

Lo mlingisi uqinisekise ukuthi uzithwele kwabephephabhuku iMove wadalula nokuthi uzothola ingane yentombazane ngo-Agasti.

OLUNYE UDABA: Zizofudukela phesheya izithandani ezingosaziwayo-Umbiko

"Yebo kuyiqiniso ukuthi ngikhulelwe," etshela leli phephabhuku.

"Ngizobeletha ngo-Agasti ingane yentombazane. Lezi zindaba izindaba ezinhle kuthina sobabili sinoKhulu njengoba sizobe siqala sobabili ukuba nomtwana.


UKhulu naye ongumlingisi uthe uyathemba ukuthi buzokhula kakhulu ubudlelwano babo ngokufika kwengane.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.