Uzofihlwa ngeSonto umholi wamaNazaretha

2017-11-30 08:27

Durban – INkosi uVela "iMisebeyelanga" Shembe ongumholi webandla iNazareth Baptist Church elaziwa kakhulu ngokuthi ngelakwaShembe ohlangothini lwaseThembezinhle, uzobekwa endaweni yakhe yokugcina ekhaya eMthwalume ngeSonto, ogwini oluseningizimu yeKwaZulu-Natal, kusho abebandla ngoLwesithathu.

"Inkonzo yesikhumbuzo kanjalo neyomngcwabo izobanjwa ngosuku olulodwa, ngeSonto khona eMthwalume," kusho okhulumela ibandla uNkululeko Mthethwa etshela iNews24.

OLUNYE UDABA:I-ANC eKZN izwakalise ukudabuka ngokukhothama kweNkosi uVela Shembe

Uthe inkonzo izoqala ngezithuba zabo-10:00.

UMthethwa uthe ibandla kulindeleke izinkumbu zabantu emngcwabeni walo mholi odlule emhlabeni ngoLwesine ebusuku.

"Silindele abantu ababalelwa kwabangu-10 000 ngeSonto," usho njalo.

Leli bandla liyikhaya labazalwane abayizigidi.



Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.