Uzofihlwa ngoLwesibili umholi we-MDC, uTsvangarai

2018-02-18 12:35

Harare - Isidumbu seqhawe uMorgan Tsvangarai samukelwe ngamakhulu esikhumulweni sezindiza eZimbabwe ngoMgqibelo.

UTsvangarai udlule emhlabeni ngoLwesithathu esibhedlela esiseNingizimu Afrika, eGoli angeniswa kuso kulandela ukuxinwa wukugula ephethwe yisifo somdlavuza.

Lo mholi weqembu eliphikisayo eZimbabwe iMovement for Democratic Change (MDC) udlule emhlabeni eneminyaka engu-65 ubudala.

Abalandeli nezikhulu zeMDC bahlangane bonke esikhumulweni sezindiza iRobert Mugabe bahlabelela awokholo nalawo omczabalazo ngesikhathi kufika indiza esuka eNingizimu Afrika.

OLUNYE UDABA:Abantu bazwakalisa ukushaqeka ngokudlula emhlabeni kukaTsvangirai

"Sisitholile isidumbu sikaMengameli wethu, iqhawe lethi, isithunjana sethu, umphathi wethu nomholi wethu omkhulu," kusho omunye wamasekela amathathu kaTsvangarai, "uNelson Chamisa.

UTsvangirai uzobekwa endaweni yakhe yokugcina ngoLwesibili emzini wakhe oseBuhera, okungama-250km eningizimu yeHarare.

UMengameli u-Emmerson Mnangagwa uthembise ukubeka leli qhawe lizongcwatshwa wumbuso.

Umphakathi kulindeleke ukuba ubambe inkonzo yesikhumboz namihla(ngeSonto), eRobert Mugabe Square, eHarare

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.