Uzogcinwa ezitokisini owayedubulana namaphoyisa

2016-07-20 14:31

Alexandra – Owesilisa, 28, uvele phambi kweMantshi yase-Alexandra lapho anqatshelwe khona ibheyili ngamacala ahlanganisa ukuzama ukubulala amaphoyisa.

Lo mlisa ubhekene namacala ahlanganisa ukuphatha nokusebenzisa izibhamu nezikhali ezingekho emthethweni, ukweba izimoto, ukulimaza impahla, nokubaleka ukuboshwa.

OLUNYE UDABA:Usezoboshwa umsolwa kwelikaSenzo Meyiwa

Waze waboshwa ngomhlaka 3 Septhemba ngonyaka odlule kwisigameko sokudubulana namaphoyisa esebenzisa iR5.

Lo mlisa wabanjwa ezama ukubaleka eBlue Hills endaweni ehlala izicukuthwane eMidrand.

Amaphoyisa amubamba ngemuva kokulunywa indlebe ngokuthi kunomosolwa ohlomile futhi uhamba ngemoto ye-Sports okusolakala ukuthi yebiwe.

Kwatholakala ukuthi indawo le eyendombi yakhe futhi wabanjwa khona esehamba, kubika iMidrand Reporter.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.