Uzogqunywa esitokisini ‘owabulala’ ingane ivikela umama wayo

2016-08-17 10:00

Cape Town – Uzogqunywa esitokisini kuze kube uphindele enkantolo ngasekupheleni kwale nyanga owesilisa osolwa ngokubulala umfana, 6, eJan Kempdorp.

Ummangalelwa uvele enkantolo ngecala lokubulala.

Usolwa ngokubulala uKutlwano Garesape ngokumgwaza ngebhodlela eliphukile.

Kuthiwa lo mfanyana wayezama ukuvikela umama wakhe ngesikhathi ummangalelwa ezama ukumdlwengula.

OLUNYE UDABA: Kubulawe umfana phambi komndeni

Okhulumela amaphoyisa u-Olebogeng Tawana uthe: "Ummangalelwa uvele enkantolo yemantshi wabekwa icala lokubulala.

“Uzobuyela enkantolo ngomhlaka-22 Agasti, uzogcinwa esitokisini kuze kube uphindela ankantolo.”

Umama walo mfana uthi le ndoda yabahlasela ngoLwesihlanu ephelezela izingane zakhe ziya esikoleni.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.