uzogqunywa ezitokisini osolwa ngokubulala unina nokuhlasela ubaba wakhe

2016-12-16 15:06

Johannesburg - Uzowudlela ezitokisini ukhisimisi owesilisa osolwa ngokubulala umama wakhe uHope Zinde kanti futhi ubhekene necala lokuhlasela uyise.

Lokhu kulandela isinqumo seNkantolo kaMantshi yaseVereeniging sokuhlehlisa icala lakhe, kubika iThe Star.

UZinde, 23, ubheke necala lokuhlasela ubaba wakhe uDkt Lesley Manoto, ekhaya labo eWalkerville.

Ummeli wakhe uFrancois Joubert, ucele ukuba lihlehlise icala lakhe njengoba besalinde incwadi ebuya kudokotela wengqono.

OLUNYE UDABA:Umsolwa udubule omunye "ngephutha" kuphangwa eKZN

"Sifike nodokotela wengqondo okunguyena owenze isiphakamiso sokuthi uMark kumele adluliselwe esibhedlela sabantu abagula ngekhanda."

UManoto ushiye inkantolo engakasizwa isinqumo sokuthi icala selihlehliselwe umhlaka 29 Disemba.

UMark ubhekene necala lokuhlasela uyise ngesikhathi ekhishwe ngebheyili kaR10 000 ngokubulala umama wakhe uHope owayeyilungu lebhodi leSABC.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.