Uzogwetshwa maduze owagwaza ingane yakhe yashona

2016-07-27 19:00

Johannesburg – Owesifazane waseNorth West owagwaza ingane yakhe yentombazane, 2, yashona uzozwa ngesonto elizayo ngekusasa lakhe uma esegwetshwa.

UBoipelo Gracious Mongale‚ 32‚ waseLomanyaneng, eMahikeng‚ ubevele eNkantolo yeMantshi yaseMmabatho ngoLwesithathu, kubika iTimeslive.

Lo mama walahlwa yicala ngomhlaka-2 Juni.

OLUNYE UDABA: Uzolengiswa owesifazane owabulala ingane

UMongale zamkhalela ngo-2014 ngemuva kokuthi amaphoyisa amfica ehlezi nesidumbu sengane yakhe, esigoqe ngethawula.

Wasebenzisa ummese ukugwaza indodakazi yakhe ngasezimbanjeni.

Kuthiwa le ngane yayihlohlwe indwangu emlonyeni, kanti akucaci ukuthi yini eyadala ukuthi uMongale ayibulale.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.