Uzogwetshwa namhlanje uPistorius ngecala lokubulala

2016-07-06 07:14

Pretoria – Kulindeleke ukuba u-Oscar Pistorius agwetshwe ngokubulala intombi yakhe uReeva Steenkamp uma esevele eNkantolo eNkulu yasePitoli ngoLwesithathu.

Ukukhubazeka kwakhe nokuthi usechithe unyaka owodwa ejele ngezinye zezinto uJaji Thokozile Masipa azozibheka uma esehlisa isigwebo, kusho ummeli ongahlangene naleli cala ngoLwesibili.

Funda nalolu daba: Kushone umuntu oyedwa kwalimala kanzima ingane

"Ngokwami ukubona ngicabanga ukuthi uzothola iminyaka eyishumi,” kusho uMarius du Toit.

Ngesikhathi kuqhubeka icala ngoJuni, umshushusi uGerrie Nel wacela uMasipa ukuba agwebe uPistorius iminyaka engekho ngaphansi kwengu-15 ebhadla ejele ngokubulala uSteenkamp.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.