Uzogwetshwa olahlwe elokubulala ingane yentombi

2017-12-14 08:00

Cape Town – Isizoqala inqubo yokwehliswa kwesigwebo sikaPieter van Tonder, olahlwe yicala lokubulala u-Asheeqah Scott onezinyanga ezingu-16.

Lo mlisa kwakumele agwetshwe ngenyanga endlule kodwa kwahlehliswa ngoba wawungakatholakali umbiko wosonhlalakahle.

Kuthiwa le ngane wayeyintshinga lapha nalapha, eyishaya futhi wayishisa ecasulwa wumama wayo owayeyintombi yakhe, owathatha isikhathi eside ukuyilanda ingane.

UVan Tonder uvumile enkantolo ukuthi wayedle izidakamizwa ngesikhathi ebulala le ngane ngomhlaka 3 Septhemba 2016.

OLUNYE UDABA:Uzogwetshwa olahlwe yicala lokudlwengula nokubulala ingane

Ngesikhathi elivuma icala, lo mlisa uthi wayegade le ngane ngesikhathi umama wayo ematasa nokuwasha.

Uthi wayenale ngane ngesikhathi eyothenga izidakamizwa, wazibhemela emzini womngani wakhe.

Uthi ngemuva kwalokho, wafikelwa wukudinwa, ecasulwa wukuthi kungani umama wayo uShakera Scott, engafiki ukuzolanga ingane yakhe.

Wayishaya le ngani wayibhemisa insangu exutshwe neMendrax ehamba nayo emotweni elokhu enyathela amabhuliki ukuze izowa.

Le ngane yatholakala isishonile ngenxa yokulimala kabi ekhanda, ebusweni, emathangeni kanye nasemlonyeni.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.