Uzongcwatshelwa eGoli ukaMadikizela-Mandela

2018-04-03 18:00

eGoli -  Umama wesizwe uWinnie Madikizela-Mandela uzongcwatshelwa eFourways, kusho uThemba Matanzima okhulumela umndeni ngoLwesibili.

UMatanzima wenze lesi simemezelo ngaphandle komuzi kaMadikizela-Mandela oseSowetho.

Ekuseni abeSABC babike ukuthi isizwe sabaThembu siveze ukuthi sikulungele ukungcwaba ukaMadikizela-Mandela e Qunu, nokuyindawo lapho kwazalelwa khona lowo owayengumyeni wakhe uNelson Mandela.

OLUNYE UDABA: Udlule emhlabeni 'bemkweleta' uMama uWinnie

Amalungiselelo omngcwabo enziwa wumndeni ngokubambisana nohulumeni, konke kuzokwenziwa ngendlela ezoqinisekisa ukuthi uvaleliswa ngesizotha esifanele ubuqhawe abutshengisa ngesikhathi elwela inkululeko yezwe.

UMadikizela-Mandela, 81, udlule emhlabeni eseseibhedlela esiseGoli ngoMsombuluko kanti izindaba zokulala kwakhe unomphela zishaqe umhlaba wonke.

Uzobekwa endaweni yakhe yokugcina ngomhlaka-14 kwephezulu.

UMadikizela-Mandela ukhunjulwa njengomholi obenesibindi futhi owayengasabi ukugxeka i-African National Congress uma izinto sezibheda.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Trainee Accountant

Cape Town
Certified Master Auditors (South Africa) Inc.
R5 000.00 - R15 000.00 Per Month

Trauma/Emergency RN

Cape Town
Mass Staffing Projects
R300 000.00 - R400 000.00 Per Year

Learnership for People Living with a Disability

Western Cape
Isilumko Staffing (CPT)
R4 500.00 - R5 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.