Uzoqhubeka kwi-AU uDlamini-Zuma

2016-07-19 13:30

Kigali - Ugcine engatholakalanga ozongena esikhundleni sikaNkosazana Dlamini-Zuma emhlanganweni we-AU obuseRwanda edolobheni laseKigali ngoMsombuluko.

Kulo mhlangano bekulindeleke ukuba okaDlamini-Zuma asishiye isikhundla sakhe sokubangusihlalo we-AU.

Funda nalolu daba: Ugwazwe washona obeminya kuphuzwa

Kubantu ebebephakanyiselwe ukuthatha lesi isikhundla akekho othole amavoti anele ukuba asengashenxa okaDlamini-Zuma.

Lokhu kusho ukuthi usazoqhubeka kuzekube yinyangaka ka-Ephreli ngonyaka ozayo kulesi sikhundla ngemuva komhlangano ozoba ngoJanuwari e-Addis Ababa.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.