Uzothola u-R5.4m kwabakwa-RAF owabandakanyeka engozini yemoto

2017-05-22 14:02

Polokwane - Owesilisa owavuka esibhedlela sasePolokwane ngemuva kokubasengozini, wacabanga ukuthi uthunjiwe, uzothola u-R5.4 million kwabakwaRoad Accident Fund, kubika iNetwerk24 ngoMsombuluko.

UGerhardus Johannes Brits, 28, walimala kanzima ekhanda nasebusweni ngesikhathi iveni ayeligibele lingena kwenye imoto.

UBrits wachithwa yiveni, lokhu kungokusho komphumela wombiko ophathelene nezempilo kanye nomthetho owafakwa eNkantolo eNkulu yasePitoli.

OLUNYE UDABA:I-RAF ithi ayisekho imali yokukhokhela izisulu zezingozi

Lokhu neminye imibiko eyafakwa ukweseka akusho kwabakwa-RAF njengoba wayefuna ukukhokhelwa imali engu-R9.2 million ngesikhathi efaka isicelo.

UBrits wayegibele evenini kamngani wakhe uDale Griffrn ngomhlaka-5 Juni 2010 yohlobo lweMazda. Babesendleleni ebheke emakhaya bephuma enkundleni yezemidlalo ePolokwane.

UBrits wezwa ngemuva kwengozi ukuthi iveni ababehamba ngalo lashayisana neloli. Ngokombiko uBrits watholwa ngaphandle kweveni.

I-RAF ivumile ukukhokhela uBrits uma kunesidingo sokuthi ayohlala esibhedlela noma endaweni azonakekelwa kuyo uma kwenzeka edinga usizo lwezempilo esikhathini esizayo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.