Uzothola usizo umndeni oshonelwe yizingane emlilweni

2017-01-21 13:34

Johannesburg - UMasipala waseGoli uthi uzimisele ngokulekelela umndeni oshonelwe yizingane ezintathu emlilweni.

Iminyaka yezingane ezidlule emhlabeni, enezinyanga ezingu-11 izelwe kuya kweneminyaka engu-5 ubudala.

OLUNYE UDABA: Kushone ingane emlilweni eGoli

OwokuThuthuka koMphakathi, uNonhlanhla Sifumba, uvakashele umndeni eBraamfisherville ngoLwesihlanu.

USifumba uthe abedolobha bazofaka isandla ekulekeleleni umndeni ngamalungiselelo omngcwabo.

"Baningi abantu abashaqiswe yilesi sigameko esihlasimulisayo, ngakho njengedolobha sikulungele ukweseka umndeni nanganoma iyiphi indlela."

 - EWN

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.