Uzovela enkantolo osolwa ngokubulala umfundi wase-UniZulu

2017-08-07 12:33

Durban - Owesilisa oneminyaka engu-51 ubudala osolwa ngokubulala umfundi wesifazane oneminyaka engu-21 ubudala, isidumbu sakhe esatholakala sinqunyiwe, sagxishwa ebhokisini endlini eseSikhaleni eRichards Bay ogwini olusenyakatho yeKwaZulu-Natal, uzovela eNkantolo kaMantshi ngoMsombuluko.

Isisulu, uLethukuthula Ngobese, wayenza unyaka wesithathu ezifundweni ze-Law e-University of Zululand.

OLUNYE UDABA: I-ANC igxeke iPhini likaNgqongqoshe elisolwa ngokushaya owesifazane

UNgobese wagcina ukubonakala ezijuxuza nabangani bakhe endaweni yaseSikhaleni ngeledlule.

Umsolwa ubengaphandle ngoshwele kulandela ukuboshwa ngecala lokubulala, ukudlwengula nokuphanga, ngemuva kokudonsa iminyaka ejele. Uboshwe ngoLwesihlanu, ngemuva kwezinsuku ezimbili kutholakale isidumbu sikaNgobese endlini ayeqashe kuyona.

- SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.