Uzovela enkantolo owesifazane ozame ukubulala usana lwakhe olusanda kuzalwa

2018-01-08 11:00

Johannesburg - Owesifazane oneminyaka engu-21 ubudala kulindeleke avele eNkantolo kaMantshi eLehurutshe esifundazweni iNorth West ngoMsombuluko ngecala lokuzama ukubulala usana lwakhe olusanda kuzalwa.

Owesifazane uthweswe icala ngoMgqibelo ngezinsolo zokuzama ukubulala usana lomfana, kusho amaphoyisa aseNorth West.

“Ngokwemininingwane esiyitholile okwamanje, kubukeka sengathi owesifazane, umndeni wakhe obungazi ukuthi ukhulelwe, uzibelethise yena, wabe eselufaka emgodini lwendlu yangasese usana ngoLwesine eDinokana‚ eLehurutshe.

“Usana lutholwe ngumzala wakhe lona wesifazane obone igazi phansi endlini yangasese. Esashaqekile, uzwe ukukhala kwengane phakathi emgodini, wabiza udadewabo kanye nomakhelwane,” kusho amaphoyisa.

OLUNYE UDABA: Kuzohlonzwa izisumbu zabashona engozini yesitimela neloli

Amaphoyisa kanye nabe-Emergency Medical and Rescue Services (EMRS) babizelwe endaweni yesigameko, lwakhishwa usana emgodini.

Usana kanye nonina bayiswe esibhedlela ukuze bezohlolwa.

“Ngemuva kokugadwa ngamaphoyisa kusukela ngoLwesine, ukhishiwe esibhedlela ngoMgqibelo [waboshwa],” kusho amaphoyisa.

- Sowetan Live

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.