Uzovela enkantolo 'umalume' osolwa ngokudlwengula ingane

2016-08-07 13:41

Cape Town – Owesilisa waseGugulethu uzovela eNkantolo ngecala lokudlwengula intombazane yasePhillipi .

Amaphoyisa abehamba endaweni ngesikhathi ebona imoto esolisayo, nokuthe uma esondela ngakuyona, umlisa obephakathi wazama ukubaleka.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Frederick van Wyk uthi: "Kutholakale ingane yaseCrawford emotweni. Ngesikhathi ibuzwa kabanzi, itshele amaphoyisa ukuthi lona wesilisa wenzeni kuyona.”

Funda nalolu daba: Uphuthunyiswe esibhedlela uPistorius

Amaphoyisa athi lo mlisa oneminyaka engu-50 ubudala uthutha izingane zesikole samabanga aphansi.

Uzovela eNkantolo yeMantshi yase-Athlone ngoMsombuluko.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.