Uzovela kusasa obonakala kwivideo efaka omunye umfundi 'upitsi'

2017-08-13 17:28

Johannesburg - Umfana oneminyaka engu-19 ubudala osolwa ngokushaya omunye umfundi esikoleni iSiyathuthuka Secondary eNanda, KwaZulu-Natal ulindeleke ukuba avele enkantolo ngoMsombuluko wangomhlaka-14 Agasti.

Lo mfana uboshwe ngoMgqibelo ntambama ngemuva kokunikelwa emaphoyiseni kubaba wakhe.

OLUNYE UDABA:Owezemfundo ushaqekile ngesihluku esenziwe umfana wesikole

Ivideo yalo mfana ebhaxabula intombazane izungeze ezinkundleni zokuxhumana ngesonto eledlule.

OwoMnyango wezeMfundi KwaZulu-Natal, uKwazi Mthethwa, uthe: "Siyakwamukela lo mnyakazo osuwenzekile kulesi sigameko, siyathemba ukuthi kuzokwenzeka ubulungiswa.

"Siyathemba nokuthi ekugcineni isisulu sesizoduduzeka. Kodwa, esikushoyo ukuthi sidumele yingakho singabujabulela ubulungiswa." 

 - EWN


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.