Uzovela kusasa osolwa ngokugwaza abulale ibhungu

2017-11-05 09:30

Cape Town - Indoda eneminyaka engu-21 ubudala esolwa ngokugwaza ibulale ibhungu kulindeleke ukuba ivele eNkantolo yeMantshi yaseWorcester ngoMsombuluko.

Isidumbu saleli bhungu, 19, sitholwe eZwelethemba eKaoa ngoLwesihlanu.

Isisiulu sishonele endaweni yesigameko kulandela ukuhlaselwa.

OLUNYE UDABA:Kugwazwe umfana, 17, washona esendleleni eya esikoleni

Abosizo lokuqala bathe isisulu sigwazwe amanxeba amathathu sashonela khona endaweni yesigameko.

Ngokwemibiko, umufi ubezihlalele komunye umuzi okuBodla Street ngesikhathi kufika amadoda amathathu kuye.

Enye yala madoda ibihlome ngommese.

Isisulu sizamile ukubaleka kodwa sakhahlelwa sawaphansi.

Omunye wabasolwa kusolwa ukuthi ube esesigwaza isisulu.

Umsolwa uboshwe ngemuva kwesikhashana kwenzeke isigameko ngecala lokubulala.

 - EWN

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/World
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.