Uzovela obhekene nelokubulala wesimame owatholakala ebhuthini

2018-03-05 09:32

Cape Town - Owesilisa uzovela enkantolo iWynberg Regional Court ngoMsombuluko ngokubulala owesimame owayelahlekile.

Isidumbu sikaGill Packham satholakala ebhuthini yemoto eyayishile esiteshini sesitimela esiseDiep River eKapa ngesonto eledlule.

Umsolwa nokungowesilisa oneminyaka engu-57  ubudala naye ohlala eConstantia ubhekene necala lokubulala.

Lo msolwa waboshwa ngoLwesine ebusuku, kanti kulindeleke ukuba afake isicelo sebheyili.

OLUNYE UDABA:#RIPKaraboMokoena: Uzogqunywa esitokisini osolwa ngokubulala uKarabo Mokoena

Umndeni kaGill Packham ucele ukuba unikezwe isikhathi futhi uhlonishwe. Lo mndeni uthe uzokhipha isitatimende esiphelele ngokuhamba kwesikhathi.

Enye yamadodakazi kamufi uNicola wayefake isicelo enkundleni uFacebook ecela ukuba abantu balekelele ukuze kutholakale umama wakhe, ngaphambi kokuba kutholakale ukuthi useshonile.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.