Uzovela umsolwa wesithupha ecaleni lokubulawa kwamaphoyisa eNgcobo

2018-03-01 09:31

Ngcobo - Umsolwa wesithupha uzovela enkantolo kaMantshi eNgcobo ngoLwesine ngecala lokubulawa kwamaphoyisa amahlanu nesosha.

Lo mlisa uboshwe ngoLwesibili ebusuku ebanjwa khona esontweni lezigemegeme iSeven Angels Ministry, Eastern Cape.

Lokhu kuvezwe wokhulumela uphiko loKlebe uKaputeni Anelisa Feni etshela abeNews24.

"Umsolwa utholakale nesibhamu esingekho emthethweni. Lesi sibhamu sebiwa esiteshini lapho kwabulawa khona amaphoyisa,"kusho uFeni.

OLUNYE UDABA:Abasolwa bathi beba izibhamu zamaphoyisa ukuze bagebenge ibhange

NgoMsombuluko owesilisa ona-19 nabanye abathathu bavele enkantolo ngalo lelicala.

INews24 ithole ukuthi lo msolwa oneminyaka engu-19 ubudala ushintshe umqondo ngokufuna ibheyili.

UNgqongqoshe wamaPhoyisa uBheki Cele useveze ukuthi abasolwa abahlanu ecaleni lokubulawa kwamaphoyisa eNgcobo balivumile icala.

Uthi laba basolwa bathi bebehlele ukugebenga amaphoyisa bathathe izibhamu zawo bazokwazi ukuyophanga ibhange lakwaCapitec eliseduze nesiteshi samaphoyisa.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.