Uzowashayela esitokisini amathini oboshelwe 'ukubulala' e-KZN

2017-12-29 14:04

Durban- Iphoyisa laseShowe elizinikele emsebenzini walo, uConstable Thuthukani Khuzwayo,lisukume lazithatha ngemuva kokuthola umbiko ngosolwa ngokubulala obesehlele ukubalekela kwelikaBhanana, ngemuva kokubulala ababili nokuzama ukubulala ababili endaweni yaseMakhilimba eShowe.

UKhuzwayo usebenzise imoto yakhe ukuphuthuma kumsolwa obekubiwe ukuthi usesitobhini sabacela olifti eGingindlovu ngemuva kwamacala amane, awokubulala nokuzama ukubulala eMakhilimba.

Leli phoyisa libe selibona umuntu ochazwe njengomsolwa emile ezama izinto zokuhamba ezibheke eThekwini.

UKhuzwayo ube esegibelisa umsolwa wayomubeka qathatha esiteshini samaphoyisa aseGingindlovu, eyofuna usizo. Umsolwa waboshwa, kuthe sekuseshwa isikhwama sakhe kwatholakala izimpahla zokugqoak ezigcwele igazi.

OLUNYE UDABA:Udale ingozi kwashona abantu obebalekela amaphoyisa eKZN

NgoLwesithathu wangomhlaka-27 Disemba 2017, kwakunomshado emzini wakwaMthethwa.

Indodana yomufi uMbhekiseni Petros Mthethwa, 53, yashadelwa ngalolo suku abantu besajabula.

Ngezithuba zabo-20:00 umsolwa wafika wavulela ngenhlamvu, wadubula abantu abane ngaphambi kokubaleka.

UMthethwa, 53, noSipho Mzimela (Mnguni), 40, bashonela endaweni yesigameko.

Ezinye izisulu ezimbili zaphuthunyiswa esibhedlela, esisodwa sadubuleka edolweni esinye esiswini. 

Umsolwa, 27, ugcinwe esitokisini samaphoyisa aseShowe ngamacala amabili okubulla namabili okuzama ukubulala.

Umsolwa uzovela eNkantolo yeMantshi yaseShowe ngomhlaka-2 Januwari 2018.

ngokwesitatimende samaohiysa, ibamba lekhomishana wamaphoyisa esifundazwe uMajor General Bhelo Langa lamukele ukuboshwa komsolwa latusa noKhuzwayo ngokuzinikela kwakhe emsebenzini.




Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.