Uzozilolonga neSuperSport odedelwe yiChiefs

2016-07-19 13:30

Johannesburg - UMorgan Gould uzojoyina iSuperSport United ukuze azilolonge naleli qembu kusasa njengoba uStuart Baxter efuna ukuphinde asebenzisane nalo mdlali.

UGould, 33, uthungatha iqembu elisha ngemuva kokudedelwa eNaturena ekupheleni kwesizini edlule, kanti amaMatsatsantsa athungatha umdlali wasemuva.

Funda nalolu daba: Uthi ubefunwa nayiDowns osayiniswe yiHighlands

ISuperSport kunemibiko ethi ifuna umdlali wasemuva weMamelodi Sundowns,  uMario Booysen, kulandela ukudlala kahle kuleli qembu ngesikhathi ebolekiswe kulona, kodwa bekungakafinyelelwa esivumelwaneni.

Ekhuluma neSoccerLaduma, uBaxter uthe uMorgan Gould uzofika kusasa, kanti ukufika kwakhe kuzobanikeza isikhathi sokubhekisisa kahle izinto.

UGould wabaneminyaka eyimpumelelo ngesikhathi esadlalela iSuperSport ngaphansi kukaGavin Hunt.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.