UZuma ayisekho into angayenzela i-ANC - Mufamadi

2017-12-20 11:00

Johannesburg - Umakadebona we-African National Congress (ANC) uSydney Mufamadi uthi asikho isidingo sokuthi uMengameli Jacob Zuma aqhubeke nokuhola izwe ngemuva kwengqungquthela ebanjelwe eNasrec.

Uthe uZuma ayikho into ephathekayo asangayenzela i-ANC ngemuva kwale nkomfa.

“Asazi ukuthi kungani kumele aqhubeke nokuhola izwe ngemuva kwale ngqungquthela. Naye uyazi vele ukuthi kayisekho into angayengeza kule nto i-ANC ezama ukuyenza."

OLUNYE UDABA: UMengameli Zuma uthi uyajabula ngendima ayidlalile kwi-ANC

Ngesikhathi uCyril Ramaphosa edla umhlanganiso kwesokwengamela uKhongolose, abalandeli bakhe babonakale besukuma bemjabulela ngokuphumelela ekugcineni kulandela ukuphuthwa yilesi sikhundla iminyaka eminingi.

Kepha kuthe uma sekumenyezelwa abanye abangene kwiTop 6 kwezwakala lehla isasasa, njengoba abaningi bese kubacacele ukuthi izikhulu ezisondelene noZuma zisazoqhubeka nokulawula inhlangano ebusayo.

URamaphosa uqumbe phansi uNkosazana Dlamini-Zuma esikhundleni sokwengamela i-ANC kulo mjaho obushubile.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.