UZuma kufanele ashushiswe: UDM

2018-02-15 11:00

Johannesburg - Iqembu eliphikisayo i-United Democratic Movement (UDM), ithi njengoba uMengameli Jacob Zuma esesulile esikhundleni kufanele yena nombimbi bakhe bashushiswe.

USotswebhu we-UDM, uNqabayomzi Kwankwa uthe amaqembu aphikisayo nezinhlangano zomphakathi kudala zaqala ukufaka ingcindezi  kuKhongolose yokuba ichithe uZuma.

"Kufanele sikuqinisekise ukuthi sekuyisikhathi sokuba uZuma abhekane namacala akhe okukhwabanisa. Lokhu kufanele kudluliselwe nakulabo ababemsiza ngokwebela isizwe," kusho uKwankwa.

OLUNYE UDABA:Kuzoqokwa umengameli omusha kulandela ukwesula kukaZuma

Ezinye izakhamuzi zaseGoli zithe besingekho isidingo sokujaha ukugudluza uZuma njengoba ubesesalelwe isikhathi esincane esawuMengameli. Yize kunjalo, ezinye zithe seszifuna ukubona uhulumeni obonakalayo nokuthuthukiswa kwezidingo zomphakathii.

Omunye wezakhamuzi uthe ujabulile ngokwenzekile kanti omunye naye uithe ujabulile futhi ucabanga ukuthi sekuzophilwa kwangcono.

Esinye isakahmuzi sithe, sona akukho okuningi esizokusho ngoba sekwake kwenzeka okufanayo futhi kuyaziwa ukuthi kuzophinde kwenzeke kusasa...kodwa esikufisayo izingququko nempilo engcono.

 - Ama-Video:

 - SABC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.