UZuma kumele acacise ngombiko wemfundo yamahhala - DA

2017-11-13 18:00

Cape Town – IDemocratic Alliance ithi uMengameli Jacob Zuma kumele acacise ekutheni umbiko wekhomishini kaHeher mayelana nemfundo yamahhala kuleli, uzosetshenziswa yini njengesisekelo uma uhulumeni esesungula imigomo ngesikhathi esizayo.

UZuma ngoMsombuluko ugcine ewudedelile umbiko obubhekwe ngabomvu ongamakhasi angu-752, wathi ihhovisi lakhe lisabheka izindlela zokusebenzisa izincomo zalo mbiko.

Kwesinye zezincomo ikhomishini kaHeher iveze ukuthi uhulumeni awunayo imali eyanele ukuthi uhlinzeke abafundi bakuleli ngemfundo yamahhala.

OLUNYE UDABA: Nakhu okuhlanu okugqamile embikweni wemfundo yamahhala

UZuma manje kumele acacise ukuthi lo mbiko uzodlala yiphi indima ezinhlelweni zakhe kuya phambili, kusho ilungu le-DA ePhalamende uBelinda Bozzoli, esho esitatimendeni ngoMsombuluko.

"Umengameli, osecubungule lo mbiko isikhathi esingaphezu kwezinyanga ezimbili, kumele atshele abantu baseNingizimu Afrika ukuthi ngabe lo mbiko uzodlala yiphi indima ezinhlelweni zikahulumeni zokuzama ukuhlinzeka ngemfundo yamahhala," kusho uBazzoli.

ICity Press ibike ngeSonto ukuthi uZuma ubheka izindlela zokuthola u-R40bn odingekayo ngokuthi ehlise imali eya ezibonelelweni zikahulumeni kuphinde kwenyuswe i-Value Added Tax, nokuyinto engahambisani noMnyango woMgcinimafa.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.